Ngibhekise encwadini "even numbered" yomhlaka futhi ngingajabula ukwazi ukuthi impendulo ingalindeleka nini.


Isamba sobungako senani lokudla kwamahhala kanye noma nendawo yokuhlala, uma kungafakiwe ku 2.2.1 noma ku 2.2.
Isamba semali yonke 2.2.1 + 2.2.2 + 2.2.
Isamba semali yonke esilindeleke ukuthi sikhokhelwe bonke abasebenzi ngaphandle kwabaqondisi noma amalunga enkampani noma isigungu ekhishwe kuze kufike kubukhulu buka R179 088 ngomuntu ngamunye ngokwesikhathi esibaluliwe ngaphezulu bheka u 3.2.
Isamba sobungako bemali yokudla kwamahhala - ingxenye yesine, uma kungafakiwe ku 3.2.1 noma 3.2.
Isamba semali 3.2.1. + 3.2.2 + 3.2.
Qaphela: Uma abanye abasebenzi futhi/noma isamba semiholo yabo eyakhokhwa ihluke kakhulu kulabo bangonyaka ophelile chaza kancanengezizathu zalokho.
Qaphela!! Kungenzeka kucelwe izitatimende zezimali ngumphenyi/umcwaningi mabhuku ezimali.
Umqashwa usho umuntu osengene noma osebenza ngaphansi kwesivumelwano somsebenzi noma sokufundela umsebenzi noma ukufunda nomqashi, noma ngabe isivumelwano sikhonjiswe noma senzimwa ngomlomo noma ngokubhalwa, noma umvuzo ubalwa ngesikhathi noma ngomsebenzi owenziwe, noma ngenkokhelo noma ngomusa futh kufaka:a umsebenzi wesikhashana/wetoho oqashelwe ukwenzela umqashi ibhizinisib umqondisi osebenzayo wenkampani noma ilunga lenhlangano yomqashwa ongene esivumelwaneni somsebenzi noma ukufundela umsebenzi noma ukufunda nenhlangano yabanikazi bendawo, ngangokuthi umqashwa wenzaKususwa abanikazi bamasheya noma ophathina abangabambe qhaza, abakhokhelwa kuphela inzalo noma isabelo mali.
Qaphela: Umnini oyedwa noma abangabalingani bebhizinisi noma kwezokulima abathathwa "njengabasebenzi" njengokumiselakoMthetho ngakho-ke imivuzo yabo akufanele ikhonjiswe.
Izinkokhelo ziyikho konke ukukhokhelwa okwenziwa njalo, ngaphambi kwanoma yikuphi ukukhishwa okuthizeni, kungakhathaleki noma yimali noma ngokuthizeni, kubasebenzi.
Lezi zinhla ezilandelayo aziphelelisiwe, kodwa ziqonde nje ukukhombisa izinto ezingaba yizinkokhelo nokungenzeka zibangeleungabazane ngokufakwa noma ukungafakwa kwazo.
Ikhomishini, noma isamba sehluka inyanga nenyanga.
Okungalingana inani lokudla kanye nokukukhoselisa abasebenzi njengengxenye yomholo.
Izinkokhelo ezikhokhelwa abaQondisi beNkampani noma amalungu e Close Corporation abasebenzayo Okufanele kuvezwe ngokwehluka esigabeni 2.2.
Uma imisebenzi yakho seyiyekiwe, yisho uksuku okwayekwa ngalo ekhasini elingaphambili bese usho izinkokhelo zokugcinaezakhokhwa ngalelo langa.
Lencwadi ingatholakala uma umqashi esehambisane nezidingongqangi zoMthetho, kuhlanganisa: a Ukwethulwa kwefomu lakamuva lezinkokhelo b Ukukhokhwa kwezinkokhelo noma sekuhlelwe indlela ezizokhokhwa ngayo. c Ukufakwa kwesicelo kufanele kwenziwe kusenesikhathi isonto elilodwa ephepheni lenkampani, ngokubhaliwe d Kufanele kushiwo inombolo yokubhalisa, kanjalo nethelefoni kanye nefekisi okunekhodi yokushaya e Izicelo ezifakwa ngamakhonsalithenti noma ama-ejenti egameni labaqashi kufanele kwenziwe ngokubhaliwe futhi kuhambisane nencwadi yesigunyaziso - iPower of Attorney. f Izicelo ezifekisiwe ziyemukelwa g Ukuzama ukuguqula okubhalwe kulezi zincwadi kulicala elikhulu.
